Yeah, yebo, yebo
Siyabuya, kumnandi kodwa
Mmm,oh yeah
Siyabuya emsebenzini, siyabuya booo!
Amaholide ayaphela, kanti besisajabula!
Sasivuka sithi “namhlanje?” siphenduka silale futhi
Manje i-alamu iyakhala, sithi: “Yhooo, sekuyisikhathi futhi!”
Oh, i-alamu le, ayisifuni siphumule
Kodwa nomsebenzi uyasibiza, ohh yeah
Sibuya, sibuya, emsebenzini!
Kodwa injabulo isekhona enhliziyweni!
Kusele kancane, masijabule!
Ngoba maduze sizophinda sithi hurrey iholide futhi
Sibuya, sibuya,emsebenzini!
Siebwnza nje siyajabula ngaphakathi Yi last bite lena
Kusele kancane nje,siphumule futhi
Siyafuna ukuvuka kodwa umbhede uthi:
“Ungangishiyi, Chomami!”
Siyafika emsebenzini, umphathi uthi “Sanibona!”
Sithi yeboo, sivala nini Bo?
silungele ukusebenza
Nakuba ingqondo isele emaholidini Kodwa Inhliziyo iyasho ukuthi maduze sazothi hurrey iholidi futhi kessheeeh
Sibuya, sibuya, emsebenzini!
Kodwa injabulo ikhona enhliziyweni!
Kusele kancane, masijabule!
Ngoba maduze sizophinda sithi hurrey iholide futhi
Sibuya, sibuya, emsebenzini
Sisebenza nje siyajabula ngaphakathi!
Kusele kancane, sithi kesheeeeeeh!
Amaholide ayahamba kodwa—sizowakhumbula
Asikhohlwa izikhathi ezimnandi, yeah
Asikhohlwa uthando lweholide
Sizoqhubeka, sizoqhubeka, siphushe umsebenzi
Asibuyele emsebenzini, sijabule
Nakuba ama-deadline esindayo
Sizowenza, sizowenza, ngoba singamabhoza
Siyasebenza, kodwa inhliziyo iyasho ukuthi
Early December siyaphumula futhi, yeah
Mhhh mmm, we working hard siyamdinga ukuphumula
Hamba iholide, hamba kahle!
Sizokubona futhi maduze!
Manje asibuyele emsebenzini
Sijabule… early December siyaphumula futhi
Yeah, mmm, siyabonga
Sizophumula futhi