[female
vocals]
[Intro] Yeah,
yebo,
yebo
Siyabuya,
kumnandi
kodwa
Mmm,
oh
yeah
[Verse 1] Siyabuya
emsebenzini,
siyabuya
booo!
Amaholide
ayaphela,
kanti
besisajabula!
Sasivuka
sithi “
namhlanje?”
siphenduka
silale
futhi
Manje
i-alamu
iyakhala,
sithi: “
Yhooo,
sekuyisikhathi
futhi!”
Oh,
i-alamu
le,
ayisifuni
siphumule
Kodwa
nomsebenzi
uyasibiza,
ohh
yeah
[Chorus] Sibuya,
sibuya,
emsebenzini!
Kodwa
injabulo
isekhona
enhliziyweni!
Kusele
kancane,
masijabule!
Ngoba
maduze
sizophinda
sithi
hurrey
iholide
futhi
Sibuya,
sibuya,
emsebenzini!
Siebwnza
nje
siyajabula
ngaphakathi
Yi
last
bite
lena
Kusele
kancane
nje,
siphumule
futhi
[Verse 2] Siyafuna
ukuvuka
kodwa
umbhede
uthi: “
Ungangishiyi,
Chomami!”
Siyafika
emsebenzini,
umphathi
uthi “
Sanibona!”
Sithi
yeboo,
sivala
nini
Bo?
silungele
ukusebenza
Nakuba
ingqondo
isele
emaholidini
Kodwa
Inhliziyo
iyasho
ukuthi
maduze
sazothi
hurrey
iholidi
futhi
kessheeeh
[Chorus] Sibuya,
sibuya,
emsebenzini!
Kodwa
injabulo
ikhona
enhliziyweni!
Kusele
kancane,
masijabule!
Ngoba
maduze
sizophinda
sithi
hurrey
iholide
futhi
Sibuya,
sibuya,
emsebenzini
Sibuya,
sibuya,
emsebenzini
Sisebenza
nje
siyajabula
ngaphakathi!
Kusele
kancane,
sithi
kesheeeeeeh!
[Bridge] Amaholide
ayahamba
kodwa—
sizowakhumbula
Asikhohlwa
izikhathi
ezimnandi,
yeah
Asikhohlwa
uthando
lweholide
Sizoqhubeka,
sizoqhubeka,
siphushe
umsebenzi
[Verse 3] Asibuyele
emsebenzini,
sijabule
Nakuba
ama-deadline
esindayo
Sizowenza,
sizowenza,
ngoba
singamabhoza
Siyasebenza,
kodwa
inhliziyo
iyasho
ukuthi
Early
December
siyaphumula
futhi,
yeah
Mhhh
mmm,
we
working
hard
siyamdinga
ukuphumula
[Outro] Hamba
iholide,
hamba
kahle!
Sizokubona
futhi
maduze!
Manje
asibuyele
emsebenzini
Sijabule…
early
December
siyaphumula
futhi
Yeah,
mmm,
siyabonga
Sizophumula
futhi