Frobits
🎵 A song made on Frobits

Yekela Ubuvila

Hlekabemhlanganyela · 🇿🇦 South Africa
0:000:00
Download Remix
Make your own song
Continues securely on the web
Lyrics

Ubuvila
Ubuvila buyisono.
Yekela ubuvila. Uma uyindoda sebenza
, yekela ubuvila
Umuzi wendoda awqhakaze ubemuhle ngoba indoda ikhuthele futhi iyinono.
Yeka ubuvila. Uhluleka ngisho ukuzisula izibunu. Uze uyanuka impela ngenxa yobuvila.
Nokukhuluphala kwakho okobuvila ngoba uyivula. Gijima uvocavoce umzimba vilandini. Wena hhayi ukhuluphele kodwa ulivila.
Funda entuthwaneni vila ndini...x3
Buka noma uhamba uyahuduleka ngoba ulivila.
Buka namazinyo anjani ngoba ulivila.
Ngithi yekela ubuvila..x2
Oooooooooo
Mmmmmmm..x2

More songs by Hlekabemhlanganyela Listen to songs created by others
FROBITS